Joyous Celebration – Sibabaza Wena (Mp3, Video and Lyrics)
WHATSAPP GROUP | TELEGRAM CHANNEL |
---|
Joyous Celebration – Sibabaza Wena (Mp3, Video and Lyrics)
Download Joyous Celebration Mp3 by Sibabaza Wena
Video : Joyous Celebration by Sibabaza Wena
Joyous Celebration Lyics by Sibabaza Wena
Lyrics
Ekuqaleni wayekhona uLizwi
EnoNkulunkulu, futhi ekuye
Konke kwavela ngaye‘ kuphila kukuye kwakh’ ukukhanya, ‘
Kukhanya kwabantu
Ekuqaleni wayekhona uLizwi
EnoNkulunkulu, futhi ekuye
Konke kwavela ngaye kuphila kukuye kwakh’ ukukhanya, ‘kukhanya kwabantu
Ekuqaleni wayekhona uLizwi
EnoNkulunkulu, futhi ekuye
Konke kwavela ngaye kuphila kukuye kwakh’ ukukhanya
Kukhanya kwabantu
Ekuqaleni wayekhona uLizwi
EnoNkulunkulu, futhi ekuye
Konke kwavela ngaye kuphila kukuye kwakh’ ukukhanya, ‘kukhanya kwabantu
Moya Moya, sigcwalise, ngenkazimulo yakho
Moya Moya, sonke sibabaza wena
Moya Moya, sigcwalise, ngenkazimulo yakho
Moya Moya, sonke sibabaza wena
Wakha phakathi kwethu
Egcwel’ umoya we-qiniso, ‘qiniso
Sobon’ inkazimulo
Njengeyozelweyo, kuYise, kuYise
Wakha phakathi kwethu
Egcwel’ umoya we-qiniso, ‘qiniso
Sobon’ inkazimulo
Njengeyozelweyo, kuYise, kuYise
Moya! Moya, sigcwalise, ngenkazimulo yakho
Moya! Moya, sonke sibabaza wena
Moya! Moya, sigcwalise, ngenkazimulo yakho
Moya! Moya, sonke sibabaza wena
Download Below!
What do you think about this song?
We want to hear from you all.
Drop your comments